UJobe 8:3-6

UJobe 8:3-6 ZUL59

UNkulunkulu uhlanekezela ukwahlulela yini? USomandla uphendukezela ukulunga na? Uma abantwana bakho bonile kuye, yena wabanikela emandleni ezono zabo, khona, uma wena ufunisisa uNkulunkulu, unxuse kuye uSomandla, uma uhlambulukile, futhi ulungile, khona yena uyakuvuka ngenxa yakho, aphumelelise ikhaya lokulunga kwakho.

Funda UJobe 8