NgokukaJohane 6:37-38
NgokukaJohane 6:37-38 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Konke angipha khona uBaba kuyakuza kimi; ozayo kimi angisoze ngamlahlela ngaphandle. Ngokuba ngehle ezulwini kungengukuba ngenze intando yami, kodwa ukuba ngenze intando yongithumileyo.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 6NgokukaJohane 6:37-38 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Bonke uBaba anginika bona bayakuza kimi; futhi ozayo kimi angisoze ngamlahlela phandle. Ngoba ngehle ezulwini, kungeyisikho ukuthi ngenze intando yami, kodwa intando yalowo ongithumileyo.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 6NgokukaJohane 6:37-38 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Konke uBaba angipha khona, kuyakuza kimi; lowo ozayo kimi, angisoze ngamlahla ngaphandle. Ngokuba ngehle ezulwini, hhayi ukuzokwenza intando yami, kodwa intando yalowo ongithumileyo.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 6