NgokukaJohane 13:15-17
NgokukaJohane 13:15-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba ngininikile isibonelo ukuba nenze nani njengokuba ngenzile kini. Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo, nothunyiweyo kamkhulu kunomthumileyo. Uma nazi lokho, nibusisiwe uma nikwenza.
NgokukaJohane 13:15-17 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba ngininike isibonelo, ukuze nenze njengalokho ngenzile kini. Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo; futhi othunyiweyo mkhulu kunalowo omthumileyo. Uma nazi lezizinto, nibusisiwe uma nizenza.
NgokukaJohane 13:15-17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba ngininikile isibonelo sokuba nani nenze njengalokhu ngenzile kini. Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: isisebenzi kasingaphezulu komqashi waso, nothunyiweyo akangaphezulu komthumileyo. Uma nikwazi lokhu, nibusisiwe nxa nikwenza.
NgokukaJohane 13:15-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba ngininikile isibonelo ukuba nenze nani njengokuba ngenzile kini. Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo, nothunyiweyo kamkhulu kunomthumileyo. Uma nazi lokho, nibusisiwe uma nikwenza.
NgokukaJohane 13:15-17 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)