Kwabase-Efesu 5:31-33
Kwabase-Efesu 5:31-33 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye. Le mfihlakalo inkulu, kepha ngikhuluma ngoKhristu nebandla. Ngakho-ke nani makube yilowo nalowo athande umkakhe, njengalokhu ezithanda yena, kodwa inkosikazi mayihloniphe indoda yayo.
Kwabase-Efesu 5:31-33 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngalokho indoda iyakushiya uyise nonina, inamathele kumkayo, futhi labo ababili bayakuba nyamanye. Le yimfihlakalo enkulu, kepha ngikhuluma ngoKristu nebandla. Nokho-ke yilowo nalowo kini makathande umkakhe njengalokhu ezithanda yena; nomfazi makahloniphe indoda yakhe.
Kwabase-Efesu 5:31-33 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye. Le mfihlakalo inkulu, kepha ngikhuluma ngoKristu nebandla. Nani-ke, yilowo nalowo makathande umkakhe njengokuba ezithanda yena, kepha umfazi makahloniphe indoda yakhe.
Kwabase-Efesu 5:31-33 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)