1 uSamuweli 28:7-8
1 uSamuweli 28:7-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wayesethi uSawule ezincekwini zakhe: “Ngifuneleni owesifazane onedlozi ukuze ngiye kuye, ngiyobuza.” Izinceku zakhe zathi kuye: “Bheka, kukhona owesifazane onedlozi e-Eni Dori.” USawule wazifihla, wembatha ezinye izingubo, wahamba nabantu bakhe ababili, bafika kowesifazane ebusuku, wathi: “Ake ungibhulele ngedlozi, ungenyusele lowo engiyakumusho kuwe.”
1 uSamuweli 28:7-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wayesethi uSawule kuzo izinceku zakhe: “Ngifuneleni owesifazane onedlozi ukuba ngiye kuye, ngibuze kuye.” Izinceku zakhe zathi kuye: “Bheka, kukhona owesifazane onedlozi e-Eni Dori.” USawule waziguqula, wembatha ezinye izingubo, wahamba yena nabantu ababili benaye, bafika kowesifazane ebusuku, wathi: “Ake ungibhulele ngedlozi, ungenyusele engiyakumusho kuwe.”
1 uSamuweli 28:7-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
USawule wayesethi ezincekwini zakhe: “Ngitholeleni owesifazane onomoya wabafileyo, ngiye kuye, ngibuze kuye. Izinceku zakhe zathi kuye: “Bheka, kukhona owesifazane onomoya e-Endori; USawule waziguqula, wembatha ezinye izingubo, wahamba namadoda amabili kanye naye, bafika kowesifazane ebusuku; khuphuka, engizakuqamba ngawe.