Wayesethi uSawule ezincekwini zakhe: “Ngifuneleni owesifazane onedlozi ukuze ngiye kuye, ngiyobuza.” Izinceku zakhe zathi kuye: “Bheka, kukhona owesifazane onedlozi e-Eni Dori.” USawule wazifihla, wembatha ezinye izingubo, wahamba nabantu bakhe ababili, bafika kowesifazane ebusuku, wathi: “Ake ungibhulele ngedlozi, ungenyusele lowo engiyakumusho kuwe.”
Funda 1 USamuweli 28
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 USamuweli 28:7-8
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo