URuthe 1:2-4

URuthe 1:2-4 CZB24

Igama lalowo muntu lalingu-Elimeleki, igama lomkakhe lalinguNawomi, namagama amadodana akhe amabili ayengoMagiloni noKiliyoni, ama-Efrata aseBetlehema Juda. Bafika ezweni lakwaMowabi, bahlala khona. Wafa u-Elimeleki, umyeni kaNawomi; wasala namadodana akhe amabili. Base bazithathela abafazi kwabesifazane bakwaMowabi; igama lomunye lalingu-Orpa, igama lomunye lalinguRuthe; bahlala khona cishe iminyaka eyishumi.

Funda URuthe 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne URuthe 1:2-4