URuthe 1:2-4

URuthe 1:2-4 ZUL59

Igama lalowo muntu lalingu-Elimeleki, igama lomkakhe lalinguNawomi, amagama amadodana akhe amabili ayengoMahaloni noKiliyoni; babe ngama-Efratha aseBetlehema Juda. Bafika ezweni lakwaMowabi, bahlala khona. U-Elimeleki umyeni kaNawomi wafa; kepha yena wasala namadodana akhe amabili. Azithathela abafazi kwabesifazane bakwaMowabi; igama lomunye lalingu-Orpa, igama lomunye lalinguRuthe; bahlala khona kwangathi iminyaka eyishumi.

Funda URuthe 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne URuthe 1:2-4