KwabaseRoma 8:15-16

KwabaseRoma 8:15-16 CZB24

Ngokuba anamukeliswanga umoya wobugqila ukuba nibuye nesabe; kodwa namukele uMoya wobuntwana, esimemeza ngaye sithi: Aba, Baba. UMoya uqobo ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu