KwabaseRoma 8:15-16
KwabaseRoma 8:15-16 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba anamukeliswanga umoya wobugqila ukuba nibuye nesabe; kodwa namukele uMoya wobuntwana, esimemeza ngaye sithi: Aba, Baba. UMoya uqobo ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 8KwabaseRoma 8:15-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
ngokuba anamukeliswanga umoya wobugqila ukuba nibuye nesabe, kepha namukeliswa umoya wobuntwana esimemeza ngaye sithi: “Abba, Baba!” Yena lowo Moya ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 8