Uthando kalungabi lokuzenzisa. Yenyanya okubi; namathelani kokuhle. Thandanani okuhle omunye komunye ngothando lobuzalwane; ekuhlonipheni nikhethe omunye komunye; Lingavilaphi emsebenzini; ovuthayo emoyeni; ukukhonza iNkosi; Jabulani ethembeni; ubekezele osizini; niqinise emthandazweni; Yabelani abangcwele ekuswelekeni; emukela izihambi. Babusiseni abanizingelayo; busisani, ningaqalekisi. Jabulani nabathokozayo, nikhale nabakhalayo. Yibani nomqondo munye omunye komunye. Ningagxili ezintweni eziphakeme, kodwa zehliseni kwabaphansi. Ningahlakaniphi ngokwenu. Ningaphindiseli muntu okubi ngokubi. Yenzani izinto eziqotho phambi kwabantu bonke. Uma kungenzeka, ngokusemandleni enu, hlalani ngokuthula nabantu bonke. Bathandekayo, ningaziphindiseli nina, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ngokwami ukuphindisela; ngiyakubuyisela mina, isho iNkosi.
Funda KwabaseRoma 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KwabaseRoma 12:9-19
4 Days
God loves you. Whoever you are, wherever you are in your life, God loves you! In this month, when we celebrate love, don't forget that God's love for you is greater than every other love. In this four day series, immerse yourself in God's love.
5 Days
What truly matters is loving God and loving others, but how do we do that effectively? The truth is, we can’t love people well in our own power. But when we look to God and lay ourselves down in humility, we can live from God’s authentic and powerful love. Learn more about growing in love in this 5-day Bible Plan from Pastor Amy Groeschel.
6 Days
Now, more than ever, we are faced with everyone’s life as they want it to be seen, and the comparison to our own lives stirs up envy. You do not want this spirit festering in you, but what about the damage envy causes when it is coming against you from another person? In this reading plan, you will discover how to overcome envy, safeguard your heart, and walk in freedom.
7 Days
The average person spends 7.4 hours a day staring at screens. We love the incredible benefits of technology, but many of us suspect there are negative consequences of using it. If you feel your digital dependency is becoming unmanageable, this 7-day devotional will help you reclaim a Christ-centered life. Based on the book Liking Jesus: Following Jesus in a Selfie-Centered World, by bestselling author and pastor of Life.Church, Craig Groeschel.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo