Amahubo 8:3-9

Amahubo 8:3-9 CZB24

Lapho ngibona amazulu akho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo; Umuntu uyini ukuthi umkhumbule? nendodana yomuntu ukuthi uyivakashele na? Ngokuba wamenza waba mncinyane kancane kunezingelosi, wamthwesa umqhele wenkazimulo nodumo. Wamenza wabusa phezu kwemisebenzi yezandla zakho; Konke ubeke phansi kwezinyawo zakhe; Zonke izimvu nezinkomo, yebo, nezilwane zasendle; Izinyoni zezulu nezinhlanzi zolwandle nakho konke okudabula ezindleleni zolwandle. Jehova, Nkosi yethu, igama lakho likhazimula kangakanani emhlabeni wonke!

Funda Amahubo 8

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 8:3-9