Lapho ngibona amazulu akho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo; Umuntu uyini ukuthi umkhumbule? nendodana yomuntu ukuthi uyivakashele na? Ngokuba wamenza waba mncinyane kancane kunezingelosi, wamthwesa umqhele wenkazimulo nodumo. Wamenza wabusa phezu kwemisebenzi yezandla zakho; Konke ubeke phansi kwezinyawo zakhe
Funda Amahubo 8
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 8:3-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo