Amahubo 78:5-7

Amahubo 78:5-7 CZB24

Ngokuba wamisa ubufakazi kuJakobe, wamisa umthetho kwa-Israyeli, awuyala obaba ukuba bawazise abantwana babo. Ukuze isizukulwane esizayo sizazi, yebo, nabantwana abazozalwa; okufanele basukume bamemezele lokhu kubantwana babo. Ukuze bathembele kuNkulunkulu futhi bangakhohlwa imisebenzi kaNkulunkulu, kodwa bagcine imiyalo yakhe.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 78:5-7