Amahubo 56:8-11

Amahubo 56:8-11 CZB24

Ukuzulazula kwami uyakubona, uthi: Thela izinyembezi zami embizeni yakho; ayikho encwadini yakho? Lapho ngikhala kuwe, izitha zami ziyakubuya; engikwaziyo; ngoba uNkulunkulu ungakimi. KuNkulunkulu ngiyakulidumisa izwi lakhe, kuJehova ngidumise izwi lakhe. Ngibeka ithemba lami kuNkulunkulu; angiyikwesaba ukuthi umuntu angangenzani.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 56:8-11