Ihubo lika-Asafa. UNkulunkulu onamandla, uJehova, wakhuluma, wabiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo. EZiyoni, ubuhle obuphelele, uNkulunkulu wakhanya. UNkulunkulu wethu uyakufika, angathuli; umlilo uyakudla phambi kwakhe, uvunguze kakhulu nxazonke. Uzabiza amazulu phezulu kanye lomhlaba ukuthi ahlulele abantu bakhe. Buthelani kimi abangcwele bami; labo abenza isivumelwano Nami ngemihlatshelo. Amazulu ayakumemezela ukulunga kwakhe, ngokuba uNkulunkulu ungumahluleli. Sela.
Funda Amahubo 50
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 50:1-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo