UNkulunkulu uMninimandla onke, uJehova, uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo. ESiyoni eliphelele ebuhleni uNkulunkulu uqhamile ekukhanyeni. UNkulunkulu wethu uyeza, akayikuthula; umlilo udla phambi kwakhe; uphahlwe yisivunguvungu esikhulu. Ubiza izulu ngaphezulu kanye nomhlaba ukuba ahlulele isizwe sakhe: “Buthelani kimi abangcwele bami abenza isivumelwano nami ngomhlatshelo.” Izulu lishumayela ukulunga kwakhe, ngokuba uNkulunkulu ungumahluleli. Sela*
Funda AmaHubo 50
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 50:1-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo