IsiHlabelelo sikaDavide. Jehova, inhliziyo yami ayiphakamile, namehlo ami awaphakeme; futhi angizivivinyi ezindabeni ezinkulu noma ezintweni eziphakeme kakhulu kimi. Ngempela, ngaziphatha futhi ngazolisa njengomntwana olunyuliwe kunina; umphefumulo wami unjengomntwana olunyuliweyo. U-Israyeli makathembele kuJehova kusukela manje kuze kube phakade.
Funda Amahubo 131
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 131:1-3
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo