I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

AmaHubo 131:1-3

AmaHubo 131:1-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Simakade, inhliziyo yami ayizigabisi, namehlo ami awaziphakamisi, angingeni ezindabeni ezinkulu nasezintweni ezingehlulayo. Ngiwududuzile, ngawuthulisa umphefumulo wami, njengomntwana elunyulwa ebeleni likanina, unjalo-ke nomphefumulo wami ngaphakathi kimi. Israyeli, yethemba uSimakade kusukela manje kuze kube phakade.

Dlulisela
Funda AmaHubo 131

AmaHubo 131:1-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Jehova, inhliziyo yami ayikhukhumali, amehlo ami awaziphakamisi; angingeni ezindabeni ezinkulu nasezintweni ezingahlulayo. Ngiduduzile, ngawuthulisa umphefumulo wami; njengomntwana olunyuliweyo kunina, njengolumulekileyo, unjalo umphefumulo wami phakathi kwami. Israyeli, yethemba uJehova kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.

Dlulisela
Funda AmaHubo 131

AmaHubo 131:1-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

IsiHlabelelo sikaDavide. Jehova, inhliziyo yami ayiphakamile, namehlo ami awaphakeme; futhi angizivivinyi ezindabeni ezinkulu noma ezintweni eziphakeme kakhulu kimi. Ngempela, ngaziphatha futhi ngazolisa njengomntwana olunyuliwe kunina; umphefumulo wami unjengomntwana olunyuliweyo. U-Israyeli makathembele kuJehova kusukela manje kuze kube phakade.

Dlulisela
Funda AmaHubo 131
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo