Amahubo 105:16-20

Amahubo 105:16-20 CZB24

Ngaphezu kwalokho, wabiza indlala phezu kwezwe; waluhlephula lonke udondolo lwesinkwa. Wathuma indoda phambi kwabo, uJosefa, owathengiswa abe yisigqila. Bazilimaza izinyawo zakhe ngamaketanga, wafakwa ensimbi. Laze lafika izwi lakhe, izwi likaJehova lamvivinya. Inkosi yathumela yamkhulula; umbusi wabantu, amkhulule.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo