AMahubo 105:16-20

AMahubo 105:16-20 ZUL20

Lapho ethumela indlala ezweni, kwavaleka umthombo wokudla. Wathumela indoda, yabendulela, uJosefa owathengiswa waba yisigqila, balimaza izinyawo zakhe ngamaketanga, waboshwa ngensimbi. Kwaze kwaba yisikhathi elagcwaliseka ngaso izwi lakhe, izwi likaSimakade lamhola. Inkosi yathumela, yamkhulula, umbusi wabantu wamdedela.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo