Izaga zikaSolomoni 15:1-4

Izaga zikaSolomoni 15:1-4 CZB24

Impendulo ethambileyo ibuyisa ulaka, kepha amazwi alimazayo avusa ulaka. Ulimi lwabahlakaniphileyo lusebenzisa ulwazi ngokufanele, kodwa umlomo weziwula uthulula ubuwula. Amehlo kaJehova asezindaweni zonke futhi abona ababi nabahle. Ulimi olunempilo lungumuthi wokuphila, kepha ukuphamba kwalo kungukuphuka komoya.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo