Marku 8:34-38

Marku 8:34-38 CZB24

Wasebizela kuye ixuku kanye labafundi bakhe, wathi kubo: Loba ngubani ofuna ukungilandela, kazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kodwa loba ngubani olahlekelwa yimpilo yakhe ngenxa yami langevangeli, yena uzakusindisa. Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, alahlekelwe umphefumulo wakhe? Kumbe umuntu anganikela ngani kube yisihlengo somphefumulo wakhe? Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuba namahloni ngami nangamazwi ami kulesi sizukulwane esifebayo nesonayo; nayo iNdodana yomuntu iyakuba namahloni ngaye, lapho iza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi ezingcwele.

Funda Marku 8

Verse Images for Marku 8:34-38

Marku 8:34-38 - Wasebizela kuye ixuku kanye labafundi bakhe, wathi kubo: Loba ngubani ofuna ukungilandela, kazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.
Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kodwa loba ngubani olahlekelwa yimpilo yakhe ngenxa yami langevangeli, yena uzakusindisa.
Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, alahlekelwe umphefumulo wakhe?
Kumbe umuntu anganikela ngani kube yisihlengo somphefumulo wakhe?
Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuba namahloni ngami nangamazwi ami kulesi sizukulwane esifebayo nesonayo; nayo iNdodana yomuntu iyakuba namahloni ngaye, lapho iza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi ezingcwele.Marku 8:34-38 - Wasebizela kuye ixuku kanye labafundi bakhe, wathi kubo: Loba ngubani ofuna ukungilandela, kazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.
Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kodwa loba ngubani olahlekelwa yimpilo yakhe ngenxa yami langevangeli, yena uzakusindisa.
Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, alahlekelwe umphefumulo wakhe?
Kumbe umuntu anganikela ngani kube yisihlengo somphefumulo wakhe?
Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuba namahloni ngami nangamazwi ami kulesi sizukulwane esifebayo nesonayo; nayo iNdodana yomuntu iyakuba namahloni ngaye, lapho iza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi ezingcwele.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo