Marku 3:3-6

Marku 3:3-6 CZB24

Wathi endodeni enesandla esishwabeneyo: “Sukuma uye phakathi.” Wathi kubo: Kuvunyelwe yini ngesabatha ukwenza okuhle kumbe okubi? ukusindisa impilo, kumbe ukubulala? Kodwa bathula. Wabaqalaza ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo, wathi kumuntu: Yelula isandla sakho. Waseselula; saphiliswa isandla sakhe saba njengesinye. Base bephuma abaFarisi, bahle bacebisana nabakaHerode ukuthi bangambulala kanjani.

Funda Marku 3

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Marku 3:3-6