Marku 1:40-45

Marku 1:40-45 CZB24

Kwasekusiza kuye onochoko, emncenga, eguqa phambi kwakhe, esithi kuye: Uba uthanda, ungangihlambulula. UJesu waba nesihe, welula isandla, wamphatha, wathi kuye: “Ngiyathanda; hlambuluka. Esakhuluma, basuka masinyane uchoko kuye, wahlanjululwa. Waseyilaya kakhulu, wayimukisa masinyane; Wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu lutho; Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane

Funda Marku 1

Ividiyo ye- Marku 1:40-45