Mathewu 9:20-22

Mathewu 9:20-22 CZB24

Bheka, kwafika emva kwakhe owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, wathinta umphetho wengubo yakhe; Ngoba wayesithi phakathi kwakhe: Uba ngingathinta nje isembatho sakhe, ngizasinda. Kepha uJesu waphenduka wambona wathi: “Yima isibindi, ndodakazi; ukukholwa kwakho kukusindisile. Owesifazane wasinda kusukela kulelo hora.

Funda Mathewu 9

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 9:20-22