Mathewu 6:8-13

Mathewu 6:8-13 CZB24

Ngakho maningafani nabo, ngokuba uYihlo uyakwazi enikusweleyo ningakaceli kuye. Ngakho anokhuleka kanje: Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho. Umbuso wakho mawufike. Mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini. Usiphe lamuhla isinkwa sethu sensuku zonke; Usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanamacala kithi. Ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi, ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.

Funda Mathewu 6

Verse Images for Mathewu 6:8-13

Mathewu 6:8-13 - Ngakho maningafani nabo, ngokuba uYihlo uyakwazi enikusweleyo ningakaceli kuye.
Ngakho anokhuleka kanje: Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho.
Umbuso wakho mawufike. Mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini.
Usiphe lamuhla isinkwa sethu sensuku zonke;
Usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanamacala kithi.
Ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi, ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo