UJesu wema phambi kombusi; umbusi wambuza wathi: “Wena uyinkosi yabaJuda na? UJesu wasesithi kuye: Utsho wena. Kwathi emangalelwa ngabapristi abakhulu namalunga, akaphendulanga lutho. UPilatu wasesithi kuye: Kawuzwa yini ukuthi zingaki izinto abazifakaza ngawe? Akamphendula nakancane; waze wamangala kakhulu umbusi.
Funda Mathewu 27
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Mathewu 27:11-14
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo