UJesu wathi: “Kanti nani anikaqondi na? Anikaqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini, futhi kulahlelwa ogwini na? Kepha okuphuma emlonyeni kuphuma enhliziyweni; futhi ziyamngcolisa umuntu. Ngokuba enhliziyweni kuphuma imicabango emibi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza; Lezi zizinto ezingcolisa umuntu, kodwa ukudla ngezandla ezingagezwanga akumngcolisi umuntu.
Funda Mathewu 15
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Mathewu 15:16-20
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo