Mathewu 12:11-12

Mathewu 12:11-12 CZB24

Wathi kubo: “Ngumuphi umuntu kini onemvu eyodwa, kuthi uma iwela emgodini ngesabatha, ongayikuyibamba, ayikhiphe, na? Pho, umuntu udlula imvu kangakanani na? Ngakho kuvunyelwe ukwenza okuhle ngesabatha.