Isabatha - Ukuphila Ngokuvumelana Nesigqi SikaNkulunkulu

8 izinsuku
I-Evangelical Alliance Week of Prayer (WOP) iwuhlelo olubhekwa emhlabeni wonke kodwa oluvame ukubonwa yi-Europe yonke ngezinto ezihlinzekwa yi-European Evangelical Alliance. I-WOP 2022 yenzeka ngaphansi kwendikimba ethi "iSabatha." Kuzo zonke izinsuku eziyisishiyagalombili abafundi bayamenywa ukuba bagxile esicini esisodwa seSabatha: ubuwena, ukuhlinzekwa, ukuphumula, ububele, ukukhumbula, injabulo, ukupha, nethemba. Sithandazela ukuthi lensiza izokusiza ukuthi (uphinde) uthole impilo ehambisana nesigqi sikaNkulunkulu!
Sithanda ukubonga European Evangelical Alliance ngokunikela ngalolu hlelo. Ukuthola eminye imininingwane, sicela uvakashele ku: http://www.europeanea.org
Mayelana Nomshicileli