Mathewu 10:28-31

Mathewu 10:28-31 CZB24

Ningabesabi ababulala umzimba, bengenamandla okubulala umphefumulo, kepha kakhulu mesabeni onamandla okubhubhisa nomphefumulo nomzimba esihogweni. Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? futhi ayisoze yawela phansi enye yazo ngaphandle kukaYihlo. Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke. Ngakho-ke ningesabi; nina nidlula imizwilili eminingi.

Video for Mathewu 10:28-31

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 10:28-31