Luka 6:1-5

Luka 6:1-5 CZB24

Kwathi ngesabatha lesibili ngesabatha lokuqala, wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla, bezihlikihla ngezandla. Abanye babaFarisi bathi kubo: “Nenzelani okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha na? UJesu wabaphendula wathi: “Anifundanga yini nalokhu akwenzayo uDavide mhla elambile yena nababe naye; Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wathatha izinkwa zokubukwa, wadla, wanika nababe naye; okungavunyelwe ukudliwa ngaphandle kwabapristi bodwa? Wasesithi kubo: INdodana yomuntu iyiNkosi leyesabatha.

Funda Luka 6

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Luka 6:1-5

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo