Luka 13:6-10

Luka 13:6-10 CZB24

Wasekhuluma lomfanekiso; Umuntu othile wayenomkhiwane utshalwe esivinini sakhe; weza wadinga isithelo kuwo, kodwa akasitholanga. Wayesethi kuso isisebenzi sesivini: ‘Bheka, sekuyiminyaka emithathu ngiza ngifuna isithelo kulo mkhiwane, ngingasifumani; uwuthelelelani umhlabathi? Yaphendula yathi kuye: “Nkosi, wuyeke nangalo nyaka, ngize ngimbe emaceleni awo, ngithele umquba; Uma uthela isithelo, kuhle; uma kungenjalo, wowugawula emva kwalokho. Wayefundisa kwelinye lamasinagoge ngesabatha.

Funda Luka 13

Ividiyo ye- Luka 13:6-10

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Luka 13:6-10