UJona 3:1-5

UJona 3:1-5 CZB24

Izwi likaJehova lafika kuJona ngokwesibili, lathi: Suka uye eNineve, idolobha elikhulu, ushumayele ivangeli engikuyala ngalo. UJona wayesesuka waya eNineve njengezwi likaJehova. INineve laliwumuzi omkhulu kakhulu, uhambo lwezinsuku ezintathu. UJona waqala ukungena emzini, uhambo losuku, wamemeza wathi: Kusezakuba yizinsuku ezingamashumi amane, beselichithwa iNineve. Abantu baseNineve basebekholwa kuNkulunkulu, basebememezela usuku lokuzila, bembatha izembatho zokulila, kusukela komkhulu kusiya komncinyane phakathi kwabo.

Funda UJona 3

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJona 3:1-5