UJobe 29:1-6

UJobe 29:1-6 CZB24

UJobe waqhubeka nomfanekiso wakhe wathi: O, nganginjengasezinyangeni ezedlule, njengasezinsukwini lapho uNkulunkulu engilondoloza khona; lapho isibane sakhe sikhanyisa ekhanda lami, nalapho ngidabula ebumnyameni ngokukhanya kwakhe; Njengasemihleni yobusha bami, lapho imfihlakalo kaNkulunkulu iphezu kwetabernakele lami; Lapho uSomandla eselami, abantwana bami bengizingelezele; Lapho ngigeza izinyathelo zami ngebhotela, nedwala langithululela imifula yamafutha

Funda UJobe 29