Johane 14:1-4

Johane 14:1-4 CZB24

Izinhliziyo zenu mazingakhathazeki; kholwani nguNkulunkulu, nikholwe nayimi. Emzini kaBaba kukhona izindawo zokuhlala eziningi; uma bekungenjalo, bengiyakunitshela. Ngiya ukunilungisela indawo. Futhi uma ngiya nginilungisela indawo, ngobuye ngize, nginemukele kimi; ukuze lapho ngikhona, libe khona lani. Lalapho engiya khona liyakwazi, lendlela liyayazi.

Funda Johane 14

Ividiyo ye- Johane 14:1-4