NgokukaJohane 14:1-4

NgokukaJohane 14:1-4 ZUL20

“Inhliziyo yenu mayingakhathazeki. Kholwani nguNkulunkulu, nikholwe nayimi. Ekhaya likaBaba kukhona izindlu eziningi; ukuba bekungenjalo, bengiyakunitshela ukuthi ngiya ukuyonilungisela indawo. Nakuba ngiya ukunilungisela indawo, ngiyobuye ngize, nginilande ukuze nani nibe lapho ngikhona. Lapho ngiya khona, niyayazi indlela.”

Ividiyo ye- NgokukaJohane 14:1-4