Johane 12:12-19

Johane 12:12-19 CZB24

Ngangomuso izixuku eziningi ezazize emkhosini zizwa ukuthi uJesu uyeza eJerusalema; Yathatha amagatsha esundu, yaphuma ukumhlangabeza, yamemeza yathi: “Hosana! UJesu esefumene ithole likababhemi, wahlala phezu kwalo; njengoba kulotshiwe, Ungesabi, ndodakazi yaseSiyoni; bheka, iNkosi yakho iyeza, ihlezi etholeni lembongolo. Lezizinto abafundi bakhe abakuqondanga ekuqaleni; Ngakho isixuku esasinaye lapho ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza. Ngalokho isixuku samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze lesi sibonakaliso. AbaFarisi bakhuluma bodwa, bathi: “Niyabona ukuthi anisizi lutho na? bheka, umhlaba uyamlandela.

Funda Johane 12

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Johane 12:12-19

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo