Johane 11:1-3

Johane 11:1-3 CZB24

Kwakukhona ogulayo othile, uLazaru waseBethaniya, umuzi wakubo kaMariya nodadewabo uMarta. (Kwakunguye uMariya owagcoba iNkosi ngamafutha, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe, omnewabo uLazaru wayegula.) Ngakho odadewabo bathumela kuye, besithi: Nkosi, khangela, omthandayo uyagula.

Funda Johane 11

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Johane 11:1-3