UJeremiya 21:8-9

UJeremiya 21:8-9 CZB24

Kulaba bantu uzakuthi: ‘Usho kanje uJehova; Bhekani, ngiyanikhombisa indlela yokuphila nendlela yokufa. Ohlala kulo muzi uyakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; kepha ophumayo, awe phezu kwamaKaledi anivimbezelayo, uyakuphila, ukuphila kwakhe kube yimpango yakhe.