Isitsha abesenza ngobumba sonakala esandleni sombumbi; ngalokho wabuye wenza enye into njengokubonakala kukuhle emehlweni ombumbi ukulenza. Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: O ndlu ka-Israyeli, anginakwenza kini njengalo mbumbi na? kusho uJehova. Bhekani, njengobumba esandleni sombumbi, ninjalo nani esandleni sami nina ndlu ka-Israyeli.
Funda UJeremiya 18
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJeremiya 18:4-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo