Ngokuba usho kanje uJehova owadala izulu, uthi: “UNkulunkulu uqobo lwakhe owabumba nowenza umhlaba; Waliqinisa, engadalelwanga ize, walibumba ukuba kuhlalwe kulo. NginguJehova; futhi akekho omunye. Angikhulumanga ekusithekeni, endaweni emnyama yomhlaba; Angishongo enzalweni kaJakobe ukuthi: Ngifuneni ngeze; Mina, Jehova, ngikhuluma ubulungisa, ngimemezela ubulungisa.
Funda U-Isaya 45
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: U-Isaya 45:18-19
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo