Hoseya 11:7-9

Hoseya 11:7-9 CZB24

Abantu bami bavame ukumuka kimi; noma bebiza koPhezukonke, akekho oyomphakamisa. Ngingakulahla kanjani, Efrayimi? ngingakusindisa kanjani, Israyeli? ngingakufanisa kanjani ne-Adma? ngingakumisa kanjani njengeSeboyimi na? inhliziyo yami yaphenduka phakathi kwami, ukuzisola kwami kwavutha kanyekanye. Angiyikuvumela ukuvutha kolaka lwami kunqobe, angiyikubuya ngichithe u-Efrayimi; ngokuba nginguNkulunkulu, angisiye umuntu; oNgcwele phakathi kwakho, futhi angiyikungena emzini.

Funda Hoseya 11