KumaHeberu 5:1-4

KumaHeberu 5:1-4 CZB24

Ngokuba wonke umpristi omkhulu othathwa kubantu umiselwa abantu kokukaNkulunkulu, ukuze anikele izipho nemihlatshelo ngenxa yezono; Ongaba nesihawu kwabangazi nakwabadukayo; ngokuba naye uqobo uzungezwe ubuthakathaka. Ngakho ngenxa yalokhu ufanele ukuthi, njengalokhu enikela ngezono zabantu, ngokunjalo laye ngokwakhe. Akakho ozithathela lolu dumo, kuphela obizwe nguNkulunkulu njengo-Aroni.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KumaHeberu 5:1-4

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo