UGenesise 39:2-4

UGenesise 39:2-4 CZB24

UJehova wayenaye uJosefa, waba yindoda enenhlanhla; wayesendlini yenkosi yakhe umGibhithe. Inkosi yakhe yabona ukuthi uJehova unaye, nokuthi uJehova wakuphumelelisa konke akwenzayo esandleni sakhe. UJosefa wafumana umusa emehlweni ayo, wayikhonza; yammisa phezu kwendlu yayo, nakho konke eyayinakho yakunikela esandleni sakhe.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 39:2-4