KwabaseGalathiya 5:13-15

KwabaseGalathiya 5:13-15 CZB24

Ngokuba nina, bazalwane, nabizelwa enkululekweni; Kuphela ningasebenzisi inkululeko ibe yithuba enyameni, kodwa khonzanani ngothando. Ngokuba umthetho wonke ugcwaliswa ezwini linye nakuleli; Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena. Kepha uma nilumana, nidlana, qaphelani ukuba ningaqedwa ngomunye.