KwabaseGalathiya 5:13-15
KwabaseGalathiya 5:13-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngokuba nina, bazalwane, nabizelwa enkululekweni; Kuphela ningasebenzisi inkululeko ibe yithuba enyameni, kodwa khonzanani ngothando. Ngokuba umthetho wonke ugcwaliswa ezwini linye nakuleli; Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena. Kepha uma nilumana, nidlana, qaphelani ukuba ningaqedwa ngomunye.
KwabaseGalathiya 5:13-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba nina, bazalwane, nabizelwa enkululekweni; Kuphela ningasebenzisi inkululeko ibe yithuba enyameni, kodwa khonzanani ngothando. Ngokuba umthetho wonke ugcwaliswa ezwini linye nakuleli; Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena. Kepha uma nilumana, nidlana, qaphelani ukuba ningaqedwa ngomunye.
KwabaseGalathiya 5:13-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba nina bazalwane nabizelwa enkululekweni, ningayisebenzisi-ke inkululeko njengezaba zokwenza imisebenzi yenyama, kodwa khonzanani ngothando. Ngokuba umthetho wonke uqoqwe ezwini linye lokuthi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.” Kepha uma nilumana, ninephulana nodwa, qaphelani, funa niqedane.
KwabaseGalathiya 5:13-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba nina bazalwane nabizelwa ekukhululekeni. Kuphela ningakwenzi ukukhululeka kube yithuba enyameni, kepha khonzanani ngothando. Ngokuba umthetho wonke ugcwalisiwe ezwini linye lokuthi: “Wothanda umakhelwane wakho njengokuba uzithanda wena.” Kepha uma nilumana, nidlana, qaphelani ukuba ningaqedani.