KwabaseGalathiya 2:11-13

KwabaseGalathiya 2:11-13 CZB24

Kepha uPetru esefikile e-Antiyokiya ngamelana naye ebusweni, ngokuba wayenecala. Ngokuba bengakafiki abathile ababevela kuJakobe, wadla nabezizwe; Nabanye abaJuda bazenzisa kanye naye; waze wathatheka noBarnabasi ngokuzenzisa kwabo.