KwabaseGalathiya 1:1-5

KwabaseGalathiya 1:1-5 CZB24

UPawuli umphostoli, ongaveli ebantwini, kungengomuntu, kodwa ngoJesu Kristu, loNkulunkulu uYise owamvusa kwabafileyo; Nabazalwane bonke abanami kuwo amabandla aseGalathiya; Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba naseNkosini yethu uJesu Kristu. Owazinikela ngenxa yezono zethu, ukuze asikhulule kulelilizwe elibi lamanje, ngokwentando kaNkulunkulu uBaba wethu; Makube kuye inkazimulo kuze kube phakade naphakade. Amen.